Yiluphi ulwazi esilufakayo?

Uma isiguli sibamba iqhaza kuhlelo lwe- Max Access Solution (MAS), siqoqa, sibambe futhi sifake (ngokuyiqoqo, “sifake”) Idatha Yomuntu Siqu ngezansi:

(kukonke, “Ulwazi lwakho lomuntu siqu”)

Ukuze thina sikwazi ngokunikela ngoxhaso olwanele kanye nokunakekela, sizofaka Nedatha Yakho Yomuntu Siqu Ezwelayo:

(sekukonke, “Ulwazi Lakho Lomuntu Siqu Oluzwelayo”)

Siyifaka kanjani iDatha Yakho Yomuntu Siqu kanye neYomuntu Siqu Ezwelayo futhi kungani?

Siqoqa Idatha Yakho Yomuntu Siqu kanye Nedatha yakho Yomuntu Siqu Ezwelayo ngqo kusuka kuwe mathupha, umnakekeli wakho kanye/noma kudokotela wakho uma ubhalisela ukubamba iqhaza njengesiguli kuhlelo lethu olulodwa lwe-MAS. Sifaka Idatha Yakho Yomuntu Siqu kanye neDatha Yakho Yomuntu Siqu Ezwelayo ngezinjongo ezilandelayo:

(sekukonke, “Izinjongo”). 

Singasebenzisa idatha yakho kunhlanganisa ngendlela engahlonzi uma kushicilelwa. Lokhu kusho ukuthi noma iyiphi idatha engakuhlonza (isib. Igama lakho, usuku lokuzalwa, ikheli) izosuswa ngakho akekho umuntu ozokwazi ukuhlanganisa idatha yakho kuwe.

Ubani esizodalula kuye Idatha Yakho Yomuntu Siqu kanye Nedatha Yakho Ezwelayo?

Singahle sidalule Idatha Yakho Yomuntu Siqu kanye/noma Idatha Yakho Yomuntu Siqu Ezwelayo:

Idatha yakho Yomuntu Siqu kanye Nedatha Yakho Yomuntu Siqu Enozwelo izogcinwa kudathabhesi yethu evikelekile, ekuwebhu ehostiwe e-United States.

Ngeke sidalule Idatha Yakho Yomuntu Siqu kanye neDatha Yakho Yomuntu Siqu Enozwelo kunoma yikuphi okuvela eceleni ngaphandle kwemvume yakho. Futhi Sizogada Idatha Yakho Yomuntu Siqu kanye/noma Idatha yakho Yomuntu Siqu Ezwelayo futhi siqinisekise ukuthi igcinwa ngokuphepha.

Iyiphi imiphumela yokungavumeli ukufakwa kweDatha Yakho Yomuntu Siqu kanye neDatha Yakho Yomuntu Siqu Ezwelayo?

Uma ungavumi ukuthi kufakwe Idatha Yakho Yomuntu Siqu kanye neDatha Yakho Yomuntu Siqu Ezwelayo ngaphansi Kwenothisi Yedatha Yomuntu Siqu, ungahle ungakwazi ukubamba iqhaza kuzinhlelo ze-Max Foundation.

Amalungelo akho okuvikelwa kwedatha:

Ngaphansi komthetho wokuvikelwa kwedatha, unamalungelo kuhlanganisa:

Akudingeki ukuba ukhokhele noma yiziphi izindleko ngokusebenzisa amalungelo akho. Uma wenza isicelo, sinenyanga eyodwa ukukuphendula.

Sicela uxhumane nathi ekhelini elilandelayo, uma ufisa ukwenza isicelo:

The Max Foundation
1448 NW Market St.
Suite 500
Seattle, WA 98107
+1 (206) 778-8660
info@themaxfoundation.org